Mzee-Pee (The Impresser) – Le Eyakho (Ithi Wena) lyrics

Verse 1
Ngngena ngalenamba
Baze bamangala
Ngob' angdlal' nabafana
Nizwa ngam nonke la n'sabancane
Kade ngaqala ngbamangaza
N'bona nghlanzekile nithi n'yangphalaza

Ayke manje mase n'cashe ngale
Kvele kcace nalengan' encane k'nale
Ngbhale n'hlanye nithi mameshane
Asvez izinqa zethu sngaze s'chathelane

Ngiza kancane ngfun ama Cent
Baze bakhale ngyayenza lento
Sengshayisile ngiy' Accident
Makfika mina kphenduk' ama pleti
Mase ngfikile kuw' amaphenti
Ngiylenhlobo yomqash' ongarenti
And my lines are dope i-Queue ephuma ka meshent

Ingan' encane manje son ikhala ngaphansi
Ubalek' i-flow yami if usaba namanzi
'Freeze' ngicel' o-whack anganyakazi
Nglimaz' i-Mountain ngshay' INT'ABAngayazi

HOOK
Le Eyakho (Ithi Wena)
Ufun' ukngena ngalomnyango (Ithi ngena)
Kdala ngphusha ngalombhalo
Nghlis' esama-fake isbalo
Zalo nyalo ngnyuk' ukhalo
Still Le Eyakho
*2

Verse 2
Ngithi phakamis' isandla
Ngizwe k'khal' ibandla kvuk' umdlandla
Mangizkhandla ng'ba nenhlanhla
Ngshay' ingom' ewis' uphahla
Ngshay' ingom' izngane zkhale zith "Amandla"
Ng-drop u-Line zthath' uMUSHO LO ZIwbek' eNkandla

Kvuk' inzondo mes' izinja zlahl' umkhondo
U-lose umqondo ngthath' iscoco
Ubone kahle ngpheth indondo yalekhono
Ng-drop izngane zkhale zonke zithi "Oh no"
Wen' ugwaza ngemal' uZalo ngimgwaza ngoMKHONTO

Izwa ngbiza ngyashisa sgriza
Iza ngyakbiza it's just a teaser
U-cherry wam' i-Entertainer son uyaNANDISA
Owakh' uzal' izngan' ezningi that's the time ezoNANDISA

Sekkhal abant' abaningi bath' angbozi
Nengan encane lana kmin' aysagolozi
Uksebenza kanzima nokthandaza, angfosi
Ngshay' ingom' enswempu kuze k'BHENG' UNGCOLOSI

HOOK *2

Submitted by Guest